Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 12:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bazakuthabatha igazi, balibhece ezinsikeni zombili zomnyango nasekhothameni lomnyango ezindlini abayakulidlela kuzo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Bayakuthatha ingxenye yegazi balibhece ezinsikeni zombili zomnyango, nasemakhothameni eminyango yezindlu abayakudlela kuzo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kumelwe bathathe elinye igazi balibhece ezinsikeni ezimbili ezisemaceleni nasezinsikeni ezingaphezulu zezindlu abazolidlela kuzo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 12:7
12 Referans Kwoze  

Ngokukholwa wamisa iPhasika nokufafaza ngegazi, ukuze umbhubhisi angathinti amazibulo abo.


Yebo, cishe zonke izinto zihlanjululwa ngegazi ngokomthetho; ngaphandle kokuchitha igazi akukho ukuthethelelwa.


esinokuhlengwa kuye ngegazi lakhe, ukuthethelelwa kwezono ngokwengcebo yomusa wakhe


bekhethiwe ngokwaziphambili kukaNkulunkulu uYise ngokungcwelisa kukaMoya kukho ukulalela nokufafazwa ngegazi likaJesu Kristu: Makwandiswe kinina umusa nokuthula.


Ngokuba ngomnikelo munye uphelelise njalonjalo labo abangcwelisiweyo.


pho, nithi ufanele ukushaywa kangakanani kunalokho lowo onyathele phansi iNdodana kaNkulunkulu, wadelela igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, wahlambalaza uMoya womusa, na?


Uyakuwaloba ezinsikeni zomnyango wendlu yakho nasemasangweni akho


Wenzela umnyango wegumbi izivalo zomnqumo; ikhothamo nezinsika zomnyango kwakuyizinhlangothi eziyisihlanu.


UJehova wathi kuyo: “Dabula emzini, phakathi kweJerusalema, ubeke uphawu emabunzini abantu ababubula bekhala ngazo zonke izinengiso ezenziwa phakathi kwalo.”


Igazi liyakuba luphawu lwenu ezindlini lapho nikhona; nanxa ngibona igazi, ngiyakudlula kini, ningehlelwa yisifo sokunibhubhisa, lapho ngibulala izwe laseGibithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite