Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 12:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 uma abomuzi bengalaneli iwundlu, wolithatha nomakhelwane wakhe oseduze nomuzi wakhe njengenani labantu; kulelo nalelo wundlu anobala inani elithile njengokudla kwalowo nalowo muntu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Uma umndeni umncane kakhulu ukuba ungaqeda iwundlu, uyohlangana nomakhelwane ukuze uthole iwundlu; iwundlu liyakwehlukaniswa izingxenye ngokulingene abantu abayakulidla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Uma indlu iyingcosana kunewundlu, makayithabathe yena nomakhelwane wakhe oseduze nendlu yakhe ngokwesibalo sabantu; kube yilowo nalowo njengokudla kwakhe iwundlu.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 12:4
4 Referans Kwoze  

Khulumani kuyo inhlangano yonke yakwa-Israyeli, nithi: ‘Ngolweshumi lwale nyanga yilowo nalowo makazithathele iwundlu ngokwezindlu zawoyise, kube yiwundlu ngendlu;


Iwundlu malingabi nasici, libe ngeleduna, libe nomnyaka munye, nilithathe ezimvini noma ezimbuzini;


Namuhla ngineminyaka engamashumi ayisihiyagalombili; ngingahlukanisa okuhle nokubi yini? Inceku yakho ingezwa ekudlayo nekuphuzayo na? Ngingabe ngisalizwa izwi lamadoda ahlabelelayo nabesifazane abahlabelelayo na? Inceku yakho isezakuba ngumthwalo wenkosi yami, inkosi, ngani na?


Abafundi benza-ke njengokuba uJesu ebayalile; balungisa iphasika.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite