Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 12:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nane ngakusihlwa niyakudla isinkwa esingenamvubelo, kuze kufike usuku lwamashumi amabili nanye lwenyanga ngakusihlwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ngenyanga yokuqala, ngosuku lwe-14 kusihlwa niyokudla isinkwa esingenamvubelo kuze kube kusihlwa ngosuku lwama-21.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngenyanga yokuqala ngosuku lweshumi nane lwenyanga kusihlwa niyakudla isinkwa esingenamvubelo kuze kube lusuku lwamashumi amabili nanye lwenyanga kusihlwa.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 12:18
6 Referans Kwoze  

Izinsuku eziyisikhombisa niyakudla isinkwa esingenamvubelo; yebo, ngosuku lokuqala noyikhipha imvubelo ezindlini zenu, ngokuba bonke abadla okuvutshelweyo, kusukela osukwini lokuqala kuze kufike usuku lwesikhombisa, labo bantu bayakunqunywa kwa-Israyeli.


Kepha ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo abafundi beza kuJesu, bathi: “Uthanda ukuba sikulungiselephi ukuba udle iphasika na?”


Abantwana bakwa-Israyeli bamisa eGiligali, bagcina iphasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga ngakusihlwa emathafeni aseJeriko.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite