Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 12:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ningashiyi lutho kuze kube sekuseni; kepha okusele kulo kuze kube sekuseni nizakukushisa ngomlilo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Makungasali lutho lwalo kuze kuse, okuyosala kuze kube sekuseni niyokushisa ngomlilo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Akumelwe nishiye lutho lwalo kuze kube sekuseni; okuseleyo kukho kuze kuse, nikushise ngomlilo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 12:10
9 Referans Kwoze  

“Awuyikunikela ngegazi lomhlatshelo wami kanye nesinkwa esivutshelweyo. Amanoni omkhosi wami awayikusala bonke ubusuku kuze kuse.


“Awuyikunikela ngegazi lomhlatshelo womkhosi wephasika kuze kuse.


Uyakudliwa ngalolo suku, ningashiyi lutho lwawo kuze kuse; nginguJehova.


Uma kusala inyama yokwahlukaniselwa kuze kuse noma isinkwa, ukushise okuseleyo ngomlilo, kungadliwa, ngokuba kungcwele.


UMose wayesethi kubo: “Makungashiywa lutho kukho ngumuntu kuze kuse.”


abayikushiya lutho kuze kube sekuseni, bangaphuli thambo lalo; ngokwezimiso zonke zephasika bayakulenza.


Uyakudliwa ngosuku lokunikela kwenu nangakusasa; uma kusele okuthile kuze kube lusuku lwesithathu, kuyakushiswa ngomlilo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite