Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 11:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayesethi uJehova kuMose: “UFaro akayikukulalela ukuba izimangaliso zami zande ezweni laseGibithe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 USimakade wathi kuMose: “UFaro ngeke akulalele ukuze izimangaliso zami ziphindaphindwe eGibhithe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJehova wathi kuMose: “UFaro akayikunilalela; ukuze izimangaliso zami zande ezweni laseGibithe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 11:9
5 Referans Kwoze  

UJehova wayesethi kuMose: “Ngena kuFaro, ngokuba ngenze lukhuni inhliziyo yakhe nenhliziyo yezinceku zakhe ukuba ngizenze lezi zibonakaliso zami phakathi kwabo,


Kepha ngiyazi mina ukuthi inkosi yaseGibithe ayiyikuvuma ukuba nihambe, ngisho nangesandla esinamandla.


UJehova wathi kuMose: “Ekuhambeni kwakho usubuyela eGibithe bhekisisa ukuba wenze ebusweni bukaFaro zonke izimangaliso engizibeke esandleni sakho; kepha mina ngiyakuyenza lukhuni inhliziyo yakhe; akayikubayeka abantu ukuba bahambe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite