Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 1:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 AbaseGibithe babakhonzisa abantwana bakwa-Israyeli ngamandla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 AbaseGibhithe babagqilaza kanzima abantu bakwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 AbaseGibithe benza abantwana bakwa-Israyeli bakhonza kalukhuni;

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 1:13
8 Referans Kwoze  

Kepha uJehova wakuthatha, wakukhipha esithandweni sensimbi, iGibithe, ube ngabantu befa kuye njenganamuhla.


Wathi ku-Abrama: “Yazisisa ukuthi inzalo yakho izakuba ngumfokazi ezweni elingesilo elayo, ibe yizigqila, icindezelwe iminyaka engamakhulu amane.


Benza ukuphila kwabo kwaba munyu ngemisebenzi esindayo odakeni nasezitinini, nangemisebenzi yonke yasendle, yebo, yonke imisebenzi yabo ababebakhonzisa ngayo.


Awuyikubusa kalukhuni phezu kwakhe, kepha wesabe uNkulunkulu wakho.


yakhuluma kubo njengesiluleko sezinsizwa ngokuthi: “Ubaba walenza ijoka lenu lasinda, mina ngiyakwenezela ejokeni lenu; ubaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngiyakunishaya ngawofezela.”


Manje ubaba wanithwesa ijoka elisindayo, mina ngiyakwenezela ejokeni lenu; ubaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngawofezela.’ ”


Wayiguqula inhliziyo yabo ukuba bazonde abantu bakhe, baphathe izinceku zakhe ngobuqili.


Njengengonyama ebhongayo nebhere* elihahayo, unjalo umbusi omubi phezu kwabantu abampofu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite