Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 8:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 kwandile izinkomo zakho nezimvu zakho, kwandile nesiliva lakho negolide lakho, kwandile konke onakho,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 izinkomo zakho nezimvu zakho sekwandile, isiliva negolide lakho sekukuningi, sekwandile konke onakho,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Uma izinkomo zakho nezimvu zakho zanda, isiliva lakho negolide lakho kwanda, nakho konke onakho kwanda;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 8:13
6 Referans Kwoze  

Impahla yakhe yayiyizimvu eziyizinkulungwane eziyisikhombisa, namakamela ayizinkulungwane ezintathu, namabhangqa angamakhulu ayisihlanu ezinkabi, nezimbongolo zezinsikazi ezingamakhulu ayisihlanu, nezinceku eziningi kakhulu; wayemkhulu lowo muntu kunabo bonke abantu basempumalanga.


“Impela umuntu uhamba njengesithunzi nje; impela uzikhathaza ngokuyize nje; unqwabela imfuyo, kepha akazi ukuthi ngubani ozakuyibutha.


funa lapho usudlile wasutha, nalapho usuwakhile izindlu ezinhle, wahlala kuzo,


inhliziyo yakho bese yiphakama, ukhohlwe uJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibithe, indlu yobugqila,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite