Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 8:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 funa lapho usudlile wasutha, nalapho usuwakhile izindlu ezinhle, wahlala kuzo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Funa lapho usudlile wasutha, nalapho usuwakhile izindlu ezinhle, wahlala kuzo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Bhekani, nxa senidlile, nasutha, nakha izindlu ezinhle, nihlale kuzo;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 8:12
13 Referans Kwoze  

funa ngisuthe, ngikuphike ngithi: ‘UJehova ungubani na’ ” funa ngibe mpofu, ngebe, ngilone igama likaNkulunkulu wami.


“UJeshuruni wayesekhuluphala, wakhaba; usukhuluphele, uzimukile, uchachambile; wayesemshiya uNkulunkulu owamenza, walidelela iDwala lensindiso yakhe.


Lokhu ungamkhonzanga uJehova uNkulunkulu wakho ngokujabula nangokwenama kwenhliziyo ngenxa yobuningi bezinto,


“Kanjalo njengokuba kwenzeka nasemihleni kaLoti, babedla, bephuza, bethenga, bethengisa, betshala, bakha;


“Kuyisikhathi sokuba nihlale ezindlini zenu ezembesiweyo, le ndlu iseyize, na?”


Ngalokho, ngokuba ninyathela abampofu, namukele kuye isipho samabele, noma nakha izindlu ngamatshe abaziweyo aniyikuhlala kuzo, nokuba nitshala izivini ezinhle aniyikuphuza iwayini lazo.


Ngazenzela imisebenzi emikhulu, ngazakhela izindlu, ngazitshalela izivini,


Ngokuba lapho sengibangenisile ezweni engalifungela oyise, elivame ubisi nezinyosi, badle, basuthe, bakhuluphale, bayakuphendukela kwabanye onkulunkulu, babakhonze, bangidelele, basaphule isivumelwano sami.


athi: ‘Akuseduze yini ukuba kwakhiwe izindlu? Lo muzi uyikhanzi, thina siyinyama.’


kwandile izinkomo zakho nezimvu zakho, kwandile nesiliva lakho negolide lakho, kwandile konke onakho,


“Kuyakuthi lapho uJehova uNkulunkulu wakho eyakukungenisa ezweni alifungela oyihlo, o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe, ukukunika lona kanye nemizi emikhulu nemihle ongayakhanga,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite