Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 6:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kuyakuba ngukulunga kithi, uma sigcina ukwenza yonke le miyalo phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu, njengalokho esiyalile.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Kuyakuba ngukulunga kithi, uma siqaphela ukuyenza yonke le miyalo phambi kukaSimakade uNkulunkulu wethu, njengalokhu esiyalile.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kuyakuba ngukulunga kithi, uma sigcina nokuyenza yonke le miyalo phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu, njengalokho eyalile kithi.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 6:25
13 Referans Kwoze  

kepha uyakukubuyisela nokukubuyisela kuye ukushona kwelanga ukuba alale ngengubo yakhe, akubusise; lokho kuyakuba kuwe ukulunga phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho.


ngokuba bengakwazi ukulunga kukaNkulunkulu, befuna ukumisa okwabo, abakuthobelanga ukulunga kukaNkulunkulu.


Ngokuba ogcina wonke umthetho kepha akhubeke kowodwa, unecala kuyo yonke.


Endleleni yokulunga kukhona ukuphila, nalapho umkhondo wakho udlula khona, akukho ukufa.


Khona angiyikujabha; ngiyakuhlonipha iziyalezo zonke zakho.


Ngalokho anogcina izimiso zami nezahlulelo zami; uma umuntu ezenza, uyakuphila ngazo; nginguJehova.


ngokuba umthetho awusiwo owokukholwa, kodwa owenza lokho uyakuphila ngakho.


Ngabanika izimiso zami, ngabazisa izahlulelo zami umuntu ayakuphila ngazo uma ezenza.


babeke ithemba labo kuNkulunkulu, bangakhohlwa imisebenzi kaNkulunkulu, kepha bagcine imiyalo yakhe.


ehamba ngezimiso zami, egcina izahlulelo zami ukuba enze iqiniso, ulungile, uyakuphila nokuphila, isho iNkosi uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite