Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 5:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “ ‘NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibithe, indlu yobugqila.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 “ ‘NginguSimakade uNkulunkulu wakho owakukhipha eGibhithe, indlu yobugqila.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibhithe, endlini yobugqila.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 5:6
13 Referans Kwoze  

Kodwa nina enanamathela kuJehova uNkulunkulu wenu nisekhona nonke nanamuhla.


“Yizwa, Israyeli: uJehova uNkulunkulu wethu, uJehova, munye;


UMose wayesethi kubantu: “Khumbulani lolu suku eniphume ngalo eGibithe, indlu yobugqila, ngokuba ngesandla esinamandla uJehova unikhiphile kule ndawo: akuyikudliwa sinkwa esivutshelweyo.


“Kuyakuthi lapho indodana yakho ikubuza ngesikhathi esizayo, ithi: ‘Kuyini lokhu?’ wothi kuyo: ‘Ngesandla esinamandla uJehova wasikhipha eGibithe, indlu yobugqila.


UNkulunkulu wakhuluma onke lawa mazwi, wathi:


kepha ngokuba uJehova enithanda nangokuba ebeyakugcina isifungo asifungela oyihlo uJehova unikhiphile ngesandla esinamandla, wanihlenga endlini yezigqila esandleni sikaFaro inkosi yaseGibithe.


inhliziyo yakho bese yiphakama, ukhohlwe uJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibithe, indlu yobugqila,


“Kepha abantu bami abalalelanga izwi lami, u-Israyeli akanginakanga.


engayala ngawo oyihlo mhla ngibakhipha ezweni laseGibithe, isithando sensimbi,’ ngokuthi: ‘Zwanini izwi lami, nilenze njengakho konke enginiyala ngakho, nibe ngabantu bami, mina ngibe nguNkulunkulu wenu,


Nganikhuphula ezweni laseGibithe, nganihlenga endlini yezigqila, ngathuma phambi kwenu oMose, no-Aroni, noMiriyamu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite