Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 5:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 “Kwathi lapho nilizwa izwi elivela phakathi kobumnyama, intaba ivutha umlilo, nasondela kimi, zonke izinhloko zenu zezizwe zenu namalunga enu,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 “Kwathi lapho nilizwa izwi elivela phakathi kobumnyama, intaba ivutha umlilo, nasondela kimi, zonke izinhloko zezizwana zenu namalunga enu,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Lapho nezwa izwi livela ebumnyameni (ngokuba intaba yayivutha umlilo), neza kimi, zonke izinhloko zezizwe zenu namalunga enu;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 5:23
6 Referans Kwoze  

“Lawo mazwi uJehova wawakhuluma kuyo yonke inhlangano yenu entabeni, evela phakathi komlilo, nefu, nesigayegaye, ngezwi elikhulu, akathasiselanga lutho. Wawaloba ezibhebheni ezimbili zamatshe, wanginika zona.


nathi: ‘Bheka, uJehova uNkulunkulu wethu usibonisile inkazimulo yakhe nobukhulu bakhe, salizwa izwi lakhe livela phakathi komlilo; sibonile namuhla ukuthi uNkulunkulu uyakhuluma nomuntu, adlule aphile.


njengakho konke owakufisa kuJehova uNkulunkulu wakho eHorebe ngosuku lomhlangano ngokuthi: ‘Mangingabe ngisalizwa izwi likaJehova uNkulunkulu wami, ngingabe ngisawubona lomlilo omkhulu futhi, funa ngife.’


“Ngase ngiphenduka ngehla entabeni, intaba yavutha umlilo; izibhebhe zombili zesivumelwano zazisezandleni zami zombili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite