Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 5:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 “ ‘Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba uJehova akayikumyeka oliphatha ngeze igama lakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 “ ‘Ungaliphathi ngeze igama likaSimakade uNkulunkulu wakho, ngokuba uSimakade akayukumyeka angamjezisi oliphatha ngeze igama lakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba uJehova akayikumyeka osebenzisa ngeze igama lakhe angajeziswa.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 5:11
9 Referans Kwoze  

“Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba uJehova akayikumyeka oliphatha ngeze igama lakhe.


“Womesaba uJehova uNkulunkulu wakho; wokhonza yena, ufunge igama lakhe.


“ ‘Ningafungeli igama lami amanga, uze uhlambalaze igama likaNkulunkulu; nginguJehova.


Kepha phezu kwakho konke, bazalwane bami, ningafungi; ningafungi izulu noma umhlaba noma esinye isifungo; kodwa uyebo wenu makabe nguyebo, noqhabo uqhabo, ukuze ningaweli ekwahlulelweni.


Uyakufunga ngeqiniso, nangokwahlulela, nangokulunga, ngokuthi: ‘Kuphila kukaJehova,’ izizwe ziyakuzibusisa kuye, zizibonge kuye.”


Bakhuluma ngamacebo ngawe, baliphatha ngeze igama lakho.


Womesaba uJehova uNkulunkulu wakho, umkhonze, unamathele kuye, ufunge igama lakhe.


“Kukhona ukufunga nokuqamba amanga, nokubulala, nokweba, nokuphinga; bayafohla, izingazi zilandele izingazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite