Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 4:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Yisiphi isizwe esikhulu esinezimiso nezahlulelo ezilungile njengawo wonke lo mthetho engiwubeka phambi kwenu namuhla na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Yisiphi isizwe esikhulu esinezimiso nezehlulelo ezilungile njengawo wonke lo mthetho engiwubeka phambi kwenu namuhla na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Yisiphi isizwe esikhulu esinezimiso nezahlulelo ezilungile njengawo wonke lo mthetho engiwubeka kini namuhla na?

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 4:8
18 Referans Kwoze  

Yonke imiyalo yakho ithembekile; bayangizingela ngamanga; ngisize.


Ngibonile ukugcina kokuphelelyo konke, kepha umthetho wakho ubanzi kakhulu.


Kukhulu ngezindlela zonke. Kuqala ngokuba baphathisiwe amazwi kaNkulunkulu.


ukuze akuphakamise phezu kwazo zonke izizwe azenzileyo ngokubongwa, nangegama, nangodumo, ube yisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho njengokusho kwakhe.”


Ukulunga nokwahlulela kuyisisekelo sesihlalo sakho sobukhosi; umusa neqiniso kuyahamba phambi kobuso bakho.


Amafu nobumnyama kuyamphahla; ukulunga nokwahlulela kuyisisekelo sesihlalo sakhe sobukhosi.


Ukulunga kobufakazi bakho kumi phakade; ngiphe ukuqonda ukuba ngiphile.


Amazwi akho onke ayiqiniso; zonke izahlulelo zakho ezilungileyo zimi kuze kube phakade.


Noma ngimlobela imithetho yami kaningi, iyashaywa okungaziwayo.


“Wehlela entabeni yaseSinayi, wakhuluma nabo usezulwini, wabanika izahlulelo ezilungileyo, nemithetho eqinisileyo, nezimiso, nemiyalo emihle;


Uyalezile ubufakazi bakho ngokulunga ngokuthembeka okukhulu.


Kwaba kuhle kuJehova ngenxa yokulunga kwakhe ukuba akhulise umthetho, awudumise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite