Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 34:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Akuvelanga ngasemuva kwa-Israyeli umprofethi onjengoMose, owazana noJehova ubuso nobuso

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Akuzange kuphinde kuvele umphrofethi kwa-Israyeli owayefana noMose, owayazana noSimakade ubuso nobuso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kusukela ngaleso sikhathi akuvelanga mprofethi kwa-Israyeli njengoMose owamazi uJehova ubuso nobuso;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 34:10
10 Referans Kwoze  

UJehova wakhuluma kuMose ubuso nobuso, njengalokhu umuntu ekhuluma nomhlobo wakhe. Wabuyela ekamu,* kepha inceku yakhe uJoshuwa indodana kaNuni, insizwa, ayiphumanga etendeni.


“Nguye uMose lowo owathi kubantwana bakwa-Israyeli: ‘UNkulunkulu uyakunivusela umprofethi kubafowenu onjengami.’


UJehova wabapha abantu umusa emehlweni abaseGibithe. Futhi lowo muntu uMose wayemkhulu kakhulu ezweni laseGibithe emehlweni ezinceku zikaFaro nasemehlweni abantu.


ngezibonakaliso nangezimangaliso zonke amthumela uJehova ukuba azenze ezweni laseGibithe kuFaro, nakuzo zonke izinceku zakhe, nakulo lonke izwe lakubo,


UJehova wenza njengezwi likaMose; amasele afa ezindlini, nasemagcekeni, nasemasimini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite