Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 33:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Waba yinkosi eJeshuruni, lapho izinhloko zabantu zazibuthene, zonke izizwe zakwa-Israyeli zindawonye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 USimakade waba yinkosi eJeshuruni, ngesikhathi izinhloko zabantu ziqoqana ndawonye, nezizwana zakwa-Israyeli zabuthanela ndawonye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Futhi wayeyinkosi eJeshuruni lapho izinhloko zabantu nezizwe zakwa-Israyeli zibuthana.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 33:5
12 Referans Kwoze  

“UJeshuruni wayesekhuluphala, wakhaba; usukhuluphele, uzimukile, uchachambile; wayesemshiya uNkulunkulu owamenza, walidelela iDwala lensindiso yakhe.


Ngalezo zinsuku kwakungekho nkosi kwa-Israyeli; yilowo nalowo wenza okulungile emehlweni akhe.


“Ake nikhulume ezindlebeni zabo bonke abantu baseShekemi, nithi: ‘Yikuphi okuhle kini ukuba onke amadodana kaJerubali* angabantu abangamashumi ayisikhombisa anibuse nokuba nibuswe ngumuntu munye na?’ Khumbulani ukuthi mina ngiyithambo lenu nenyama yenu.”


Abantu bakwa-Israyeli bathi kuGideyoni: “Sibuse, wena nendodana yakho, nendodana yendodana yakho futhi, ngokuba usisindisile esandleni sakwaMidiyani.”


Akabonanga ingozi kuJakobe, akabukanga nankathazo kwa-Israyeli. UJehova uNkulunkulu wakhe unaye, nesenanelo senkosi siphakathi kwabo.


Kalokhu lalela izwi lami, ngikululeke, uNkulunkulu abe nawe; ngithi: ‘Yiba ngumkhulumeli wabantu phambi kukaNkulunkulu, ulethe izindaba kuNkulunkulu,


Uma benendaba, beza kimi; ngiyahlulela phakathi komuntu nomakhelwane wakhe, ngibazise izimiso zikaNkulunkulu nemithetho yakhe.”


Lawa angamakhosi ayebusa ezweni lakwa-Edomi, kungakabusi nkosi kwabakwa-Israyeli.


Usho kanje uJehova owakudalayo, wakubumba kwasesiwini, oyakukusiza, uthi: Ungesabi, Jakobe, nceku yami, wena Jeshuruni engikukhethileyo.


UJehova uyakubusa kuze kube phakade.”


“Akakho ofana noNkulunkulu, Jeshuruni, okhwela izulu ukuyokusiza, nomkhathi ngokuphakama kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite