Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 33:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Wazikhethela isabelo sokuqala, ngokuba sasigodliwe lapho isabelo somahluleli; wahamba nezinhloko zabantu, wafeza ukulunga kukaJehova, nezahlulelo zakhe kanye no-Israyeli.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Wazikhethela isabelo sekhethelo, ngokuba sasigodlwe lapho isabelo somehluleli; wahamba nabaholi babantu, wafeza ubulungiswa bukaSimakade nezehlulelo zakhe ngo-Israyeli.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Wazilungisela ingxenye yokuqala, ngokuba wayehlezi khona engxenyeni yomniki-mthetho; weza nezinhloko zabantu, wenza ukulunga kukaJehova nezahlulelo zakhe ku-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 33:21
8 Referans Kwoze  

Omkenu, nabantwana benu, nezinkomo zenu bayakuhlala ezweni uMose aninika lona ngaphesheya kweJordani; kepha nina niyakuwela phambi kwabafowenu nihlomile, nonke nina maqhawe anamandla, nibasize,


Ekwahlukaniseni impango phakathi kwemiqengqe yamanzi balanda khona izenzo ezilungileyo zikaJehova, ukulunga kokubusa kwakhe kwa-Israyeli; khona abantu bakaJehova behlela emasangweni.


“Ngokuba abaholi beholile kwa-Israyeli, ngokuba abantu bezinikela ngenhliziyo, bongani uJehova.


ngokuba isizwe sabantwana bakwaRubeni njengezindlu zawoyise nesizwe sabantwana bakwaGadi njengezindlu zawoyise sezilitholile, nenxenye yesizwe sakwaManase isilitholile ifa layo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite