Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 33:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Busisa, Jehova, amandla akhe, uyamukele imisebenzi yezandla zakhe; sicila ukhalo lwabo abamvukelayo, nolwabamzondayo, ukuba bangaphindi bavuke.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Busisa, Simakade, amandla akhe, uyamukele nemisebenzi yezandla zakhe. Labo abamvukelayo bafihlize izinkalo zabo, nezalabo abamzondayo, ukuze bangaphindi bavuke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Dumisani, Jehova, umusa wakhe, wamukele umsebenzi wezandla zakhe; shaya okhalweni lwabamvukelayo nabamzondayo, ukuze bangaphinde bavuke.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 33:11
18 Referans Kwoze  

Lapho seziphelile izinsuku, kuyakuba ngosuku lwesishiyagalombili naphambili ukuba abapristi bayilungise iminikelo yenu yokushiswa e-altare neminikelo yenu yokuthula, nginamukele, isho iNkosi uJehova.”


konke, nkosi, u-Arawuna uyakunika inkosi.” U-Arawuna wayesethi enkosini: “UJehova uNkulunkulu wakho makakwamukele.”


Ngakho-ke owalayo akali umuntu, kepha wala uNkulunkulu, yena oninika uMoya wakhe oNgcwele.


“Onizwayo nina uyangizwa mina; onalayo nina uyangala mina; ongalayo mina uyamala ongithumileyo.”


Bayamzonda ofakazela ukulunga esangweni; okhuluma ubuqotho banengwa nguye.


Maye kimina, mame, ukuthi ungizalile, ngibe ngumuntu wokuphikisana nokuxabana emhlabeni wonke! Angibizanga inzalo, futhi akubizwanga inzalo kimi, nokho bayangiqalekisa bonke.


ababemtholisa umuntu icala ngezwi nje, bambekela ugibe yena owathetha amacala esangweni, bachezukisa olungileyo ngento engelutho.


Makakhumbule yonke iminikelo yakho yokudliwa, awamukele umnikelo wakho wokushiswa. Sela*


Bafundisa uJakobe izahlulelo zakho, no-Israyeli umthetho wakho; babeka impepho phambi kwamakhala akho, nomnikelo oshiswa wonke e-altare lakho.


NgoBenjamini wathi: “Othandiweyo kaJehova uyakuhlala elondwa nguye; uyamsibekela usuku lonke, ahlale phakathi kwamahlombe akhe.”


Mababe namahloni abangizingelayo, kepha mina mangingabi nawo; baphele amandla bona, mina ngingapheli wona kodwa; behlisele usuku lobubi, ubaphule ngokwaphula okuphindiweyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite