Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 31:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UMose waya ukukhuluma lawa mazwi kubo bonke abakwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 UMose waya wakhuluma lawa mazwi kubo bonke abakwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UMose wahamba wakhuluma lawa mazwi ku-Israyeli wonke.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 31:1
4 Referans Kwoze  

ukuba umthande uJehova uNkulunkulu wakho, ulilalele izwi lakhe, unamathele kuye, ngokuba lokho kungukuphila kwakho nobude bezinsuku zakho, ukuze uhlale ezweni uJehova alifungela oyihlo, o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe, ukubanika lona.”


wathi kubo: “Ngineminyaka eyikhulu namashumi amabili namuhla; angisenamandla okuphuma nokungena; uJehova ushilo kimi ukuthi: ‘Awuyikuliwela leli Jordani.’


Lawa angamazwi uMose awakhuluma kubo bonke abakwa-Israyeli ngaphesheya kweJordani ehlane e-Araba, malungana neSufi, phakathi kwePharanu, neThofeli, neLabani, neHaseroti, neDi Zahabi,


UMose wayesekhuluma ezindlebeni zebandla lonke lakwa-Israyeli amazwi ehubo lakhe, aze aphela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite