Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 3:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kepha omkenu, nabancane benu, nezinkomo zenu – ngiyazi ukuthi ninezinkomo eziningi – bayakuhlala emizini yenu engininike yona,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Kuyosala omkenu, izingane zenu, nemfuyo yenu kuphela, ngiyazi ukuthi ninemfuyo eningi; konke kuyosala emizini yenu engininike yona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kepha omkenu, nabantwana benu, nezinkomo zenu, ngokuba ngiyazi ukuthi ninezinkomo eziningi, bayakusala emizini yenu engininike yona;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 3:19
4 Referans Kwoze  

Kwenyuka nabo ingxubevange yabantu, nezimvu, nezinkomo, imfuyo eningi kakhulu.


Omkenu, nabantwana benu, nezinkomo zenu bayakuhlala ezweni uMose aninika lona ngaphesheya kweJordani; kepha nina niyakuwela phambi kwabafowenu nihlomile, nonke nina maqhawe anamandla, nibasize,


Basondela kuye, bathi: “Siyakwakhela lapha izinkomo zethu izibaya nabancane bethu imizi;


Abancane bethu, nawomkethu, nezimvu zethu, nazo zonke izinkomo zethu kuyakuba lapho emizini yakwaGileyadi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite