Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 3:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 AbakwaRubeni nabakwaGadi ngabanika okusukela kwaGileyadi kuze kube sesigodini sase-Arinoni phakathi nesigodi kwaba ngumkhawulo nasemfuleni iJakobi elingumkhawulo wabantwana bakwa-Amoni,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 AbakwaRubeni nabakwaGadi ngabanika kusukela kwaGileyadi kuze kube sesigodini i-Arinoni, phakathi nesigodi kwaba ngumngcele wabo. Umfula iJakobi ingumngcele wabantu bakwa-Amoni,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 AbakwaRubeni nabakwaGadi ngabanika ingxenye yesigodi kusukela kwaGileyadi kuze kufike emfuleni i-Arinoni, nomngcele kuze kufike emfuleni iJabhoki, ongumngcele wabantwana bakwa-Amoni;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 3:16
6 Referans Kwoze  

U-Israyeli wamnqoba ngosiko lwenkemba, wadla izwe lakhe, kusukela e-Arinoni kuze kufike eJaboki nakubo abantwana bakwa-Amoni, ngokuba umkhawulo wabantwana bakwa-Amoni wawunamandla.


Bawela iJordani, bamisa e-Aroweri ngakwesokunene komuzi ophakathi nesigodi sakwaGadi ngaseJazeri;


izwe labantwana bakwa-Amoni nokho awusondelanga kulo, uhlangothi lomfula iJaboki, nemizi esezintabeni, nakuphi lapho uNkulunkulu wasenqabela khona.


Wavuka ebusuku, wathatha omkakhe ababili, nezincekukazi zakhe ezimbili, nabantwana bakhe abayishumi nanye, wawela ezibukweni elithiwa iJaboki.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite