Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 29:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 ngokuba nina niyazi ukuthi sahlala ezweni laseGibithe nokuthi sadlula phakathi kwezizwe enadabula kuzo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 ngokuba nina niyazi ukuthi sahlala eGibhithe nokuthi sadlula phakathi kwezizwe enadabula kuzo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 “Ngokuba niyazi ukuthi sahlala kanjani ezweni laseGibithe, nokuthi sadabula izizwe enadabula kuzo;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 29:16
8 Referans Kwoze  

“ ‘Sukani nihambe, niwele umfula i-Arinoni; bhekani, nginikele esandleni sakho uSihoni umAmori, inkosi yaseHeshiboni, nezwe lakhe: qala ukulidla, ulwe naye ekulweni.


lapho ususondela malungana nabantwana bakwa-Amoni, ungabakhathazi, ungalwi nabo, ngokuba angiyikukunika izwe labantwana bakwa-Amoni libe yifa lenu, lokhu ngibanikile lona abantwana bakwaLoti libe yifa labo.’ ”


“UJehova wayesethi kimi: ‘Ungakhathazi uMowabi, ungalwi nabo ekulweni, ngokuba angiyikukunika izwe lakhe libe yifa, lokhu ngibanikile abantwana bakwaLoti i-Ari libe yifa labo.’ ”


Yala abantu ngokuthi: “Niyakudabula umkhawulo wabafowenu, abantwana bakwa-Esawu abahlala eSeyiri; bayakunesaba, kepha maniqaphele nokho,


kepha nanomiyo nathi lapha namuhla phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu, nanongekho nathi namuhla


nizibonile izinengiso zazo, nezithombe zazo, imithi, namatshe, nesiliva, negolide, okwakuphakathi kwazo


Ngathi kubo: “Lahlani, kube yilowo nalowo okuzondekayo kwamehlo akhe, ningazingcolisi ngezithombe zaseGibithe. NginguJehova uNkulunkulu wenu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite