UDuteronomi 29:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 nezingane zenu, nawomkenu, nomfokazi ophakathi kwamakamu* akho, kusukela kumgawuli wemithi kuze kufike kumukhi wamanzi, Gade chapit laIsiZulu 202011 izingane zenu, omkenu, nomfokazi ophakathi kwezinkambu zakho, kusukela kogawula izinkuni kuya kulowo okha amanzi, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202411 Abantwana bakho, omkekho, nomfokazi wakho osekamu lakho, kusukela kumgawuli wakho wezinkuni kuze kufike emthonjeni wakho. Gade chapit la |
kepha usuku lwesikhombisa luyisabatha likaJehova uNkulunkulu wakho; awuyikusebenza msebenzi ngalo, wena nendodana yakho, nendodakazi yakho, nenceku yakho, nencekukazi yakho, nenkabi yakho, nembongolo yakho, nezinkomo zakho, nomfokazi wakho ophakathi kwamasango akho, ukuba inceku yakho nencekukazi yakho ziphumule njengawe.