Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 28:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Uyakuba neminqumo phakathi kwemikhawulo yakho yonke, ungazigcobi nokho ngamafutha, ngokuba izithelo zeminqumo yakho ziyakuvuthuluka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Uyakuba neminqumo ezifundeni zakho zonke, kodwa awuyukuzigcoba ngamafutha, ngokuba izithelo zeminqumo yakho ziyakuvuthuluka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Uzakuba neminqumo emikhawulweni yakho yonke, kodwa ungazigcobi ngamafutha; ngoba umnqumo wakho uzathela izithelo zawo.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 28:40
4 Referans Kwoze  

“Uyakutshala, ungavuni kodwa; uyakunyathela iminqumo, ungazigcobi kodwa ngamafutha, nezithelo zomvini, ungaliphuzi nokho iwayini.


newayini elijabulisa inhliziyo yomuntu, namafutha okukhazimulisa ubuso, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.


Ulungisa itafula phambi kwami ebusweni bezitha zami; ugcoba ikhanda lami ngamafutha; indebe yami iyachichima.


UJehova wabiza igama lakho ngokuthi umnqumo oluhlaza obukekayo, onezithelo ezinhle; ngomsindo wesidumo esikhulu uyakuphemba umlilo kuwo, kwaphuke amagatsha awo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite