Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 28:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Uyakutshala izivini, uzisebenze, kepha awuyikuliphuza iwayini, ungabuthi izithelo zomvini, ngokuba umswenya uyakuzidla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Uyotshala izivini, usebenze, kodwa awuyukuliphuza iwayini noma ubuthe isivuno sazo, ngokuba siyodliwa ngumswenya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Kumelwe nitshale izivini nizisebenze, kodwa akumelwe niphuze iwayini noma nikhe amagilebhisi; ngoba izimpethu zizabadla.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 28:39
7 Referans Kwoze  

Kepha sekuzakuvela ukusa ngangomuso uNkulunkulu walungisela impehlwa; yawuphehla umhlakuva, wabuna.


Ngokuba ama-eka* ayishumi esivini ayakuthela ibhati* elilodwa, nehomere* lembewu liyakuthela i-efa* nje.”


Uyakuvuthulula igwanya lakhe njengomvini, alahle imbali yakhe njengomnqumo.


Noma umkhiwane ungakhahleli, kungabikho izithelo emvinini, umsebenzi womnqumo uphuthe, amasimu angavezi ukudla, izimvu zinqunywe esibayeni, kungabikho nkomo ezibayeni,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite