Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 28:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 “Iqoma lakho liyakuqalekiswa, kuqalekiswe nomkhombe wakho wokuxova isinkwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 “Iqoma lakho liyakuqalekiswa, kuqalekiswe nomkhombe wakho wokuxovela isinkwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Uqalekisiwe ubhasikidi wakho kanye nesitolo sakho.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 28:17
8 Referans Kwoze  

Nihlwanyela okuningi, ningenisa okuyingcosana; niyadla, kepha anisuthi; niyaphuza, kepha ananeliswa; niyembatha, kepha akakho ofudumalayo; ozuza imali uyizuzela isikhwama esibhobokileyo.”


“Kuyakubusiswa iqoma lakho, nomkhombe wakho wokuxova isinkwa.


“Kepha u-Abrahama wathi: ‘Ndodana, khumbula ukuba wamukela okuhle kwakho usesekuphileni noLazaru kanjalo okubi; kodwa manje uyaduduzwa yena lapha, wena uyahlushwa.


Uma ningezwa, uma ningakubeki enhliziyweni ukunika igama lami udumo,” usho uJehova Sebawoti, “ngiyakuthuma kini isiqalekiso, ngiqalekise izibusiso zenu, yebo, sengiziqalekisile, ngokuba anikubeki enhliziyweni.


Ngokuba ukuhlehla kwabangenalwazi kuyakubabulala, nokunganaki kweziwula kuyakubabhubhisa.


Itafula labo malibe yisihibe phambi kwabo, libe lugibe kwabahlezi bezithulele.


“Inzalo yesisu sakho iyakuqalekiswa, nezithelo zomhlabathi wakho, nesanda sezinkomo zakho, namazinyane ezimvu zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite