UDuteronomi 27:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 ulobe kuwo amazwi onke alo mthetho, nxa usuwelile ukuba ungene ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, izwe elivame ubisi nezinyosi njengokukwethembisa kukaJehova uNkulunkulu wawoyihlo. Gade chapit laIsiZulu 20203 ulobe kuwo wonke amazwi alo mthetho, uma usuwelile ukuba ungene ezweni uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona, izwe elichichima ubisi noju njengoba uSimakade uNkulunkulu wokhokho benu ekhulumile kuwe. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20243 Woloba kuwo onke amazwi alo mthetho, lapho usudabulile, ukuze ungene ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, izwe elichichima ubisi nezinyosi; njengokusho kukaJehova uNkulunkulu wawoyihlo kini. Gade chapit la |
Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engamashumi amane ehlane, saze saphela isizwe sonke, yiwo amadoda empi aphuma eGibithe, lokhu engalalelanga izwi likaJehova, afunga kuwo uJehova ukuthi akayikuwabonisa izwe uJehova alifungela oyise ethi uyakusinika lona, izwe elivame ubisi nezinyosi.