Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 27:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 “AmaLevi ayakuphendula, athi kuwo onke amadoda akwa-Israyeli ngezwi elikhulu:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 “AbaLevi bayophendula ngezwi elikhulu, bathi kubo bonke abantu bakwa-Israyeli:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 AmaLevi kumelwe akhulume futhi akhulume ngezwi elikhulu kuwo wonke amadoda akwa-Israyeli athi:

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 27:14
8 Referans Kwoze  

Wonke u-Israyeli weqile umthetho wakho, echezuka ukuze bangalilaleli izwi lakho; ngalokho isiqalekiso sithululwe phezu kwethu kanye nesifungo esilotshiwe emthethweni kaMose inceku kaNkulunkulu, ngokuba sonile kuye.


Bonke abakwa-Israyeli namalunga abo, nezinduna zabo, nabahluleli babo babemi ngalapha nangalapha komphongolo phambi kwabapristi bamaLevi abathwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova, abafokazi nabokuzalwa ekhaya, inxenye yabo ibhekene nentaba yaseGerizimu, inxenye yabo ibhekene nentaba yase-Ebali, njengalokho uMose inceku kaJehova ebeyalile, ukuba babusise abantu bakwa-Israyeli kuqala.


laba bayakuma entabeni yase-Ebali babe ngabokuqalekisa: oRubeni, noGadi, no-Asheri, noZebuloni, noDani, noNafetali.


“ ‘Makaqalekiswe umuntu owenza isithombe ezibaziweyo nesibunjiweyo, isinengiso kuJehova, umsebenzi wezandla zengcweti, asimise ngasese.’ “Bonke abantu bayakuphendula bathi: ‘Amen.’


Ngasemuva wafunda onke amazwi omthetho, isibusiso nesiqalekiso, njengakho konke okulotshiwe encwadini yomthetho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite