Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 27:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UMose wayala abantu ngalona lolo suku, wathi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 UMose wayala abantu ngalolo lusuku, wathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 UMose wayeseyala abantu ngalolo suku, wathi:

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 27:11
5 Referans Kwoze  

Ngalokho wolilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho, wenze imiyalo yakhe nezimiso zakhe engikuyala ngakho namuhla.”


“Laba bayakuma entabeni yaseGerizimu ukubusisa abantu, lapho seniwelile iJordani: oSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noJosefa, noBenjamini;


Bonke abakwa-Israyeli namalunga abo, nezinduna zabo, nabahluleli babo babemi ngalapha nangalapha komphongolo phambi kwabapristi bamaLevi abathwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova, abafokazi nabokuzalwa ekhaya, inxenye yabo ibhekene nentaba yaseGerizimu, inxenye yabo ibhekene nentaba yase-Ebali, njengalokho uMose inceku kaJehova ebeyalile, ukuba babusise abantu bakwa-Israyeli kuqala.


Amadodana kaLeya ayenguRubeni, izibulo likaJakobe, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni.


Ngabayala abahluleli benu ngaleso sikhathi, ngathi: ‘Zwanini okuphakathi kwabafowenu, nahlulele ngokulungileyo phakathi komuntu nomfowabo, nomfokazi okuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite