Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 25:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 “Nxa amadoda amabili elwa, umfazi wenye abesesondela ukuyophula indoda yakhe esandleni saleyo eyishayayo, aselule isandla sakhe, ayibambe ngomphambili,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 “Uma amadoda amabili elwa, bese umfazi wenye esondela ukuyokhulula indoda yakhe esandleni saleyo eyishayayo, elule isandla sakhe, ayibambe ngomphambili,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Lapho amadoda exabana, futhi umfazi wenye esondela ukuze akhulule indoda yakhe esandleni salowo oyishayayo, futhi elule isandla sakhe futhi ayibambe ngasese;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 25:11
4 Referans Kwoze  

Ngokunjalo nabesifazane mabagqoke izingubo ezifaneleyo, bazihlobise ngokuhlonipha nokuqonda, kungabi ngezinwele ezalukiweyo, nangegolide, nangamaparele,* nangezambatho ezinemali eningi,


Kungabi ngukuthi, njengalokhu sihlanjalazwayo nanjengalokhu abanye bathi siyasho ukuthi asenze okubi, ukuze kuvele okuhle na? Ukulahlwa kwabo kubafanele.


Igama lakhe liyakuthiwa kwa-Israyeli ‘Indlu yosicathulo sakhe sikhunyuliwe’.


womnquma isandla, iso lakho lingabi namhawu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite