Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 24:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Nxa ubutha okwesivini sakho, awuyikukhothoza ngasemuva, kepha akube ngokomfokazi, nokwentandane, nokomfelokazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Uma uvuna okwesivini sakho, awuyukukhothoza futhi, kodwa lokho makube ngokomfokazi, intandane, nomfelokazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Uma ukha izithelo zomvini esivinini sakho, awuyikuzivuna kamuva; ziyakuba ngezomfokazi, nezentandane, nezomfelokazi.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 24:21
5 Referans Kwoze  

“Nxa uvuna isivuno sakho ensimini, ukhohliwe isithungu ensimini yakho, ungabuyeli ukusilanda, kepha asibe ngesomfokazi, nesentandane, nesomfelokazi ukuba uJehova uNkulunkulu wakho akubusise emsebenzini wonke wezandla zakho.


Lapho uvuthuza umnqumo wakho, awuyikubukeza amagatsha, kepha akube ngokomfokazi, nokwentandane, nokomfelokazi.


Wokhumbula ukuthi wawuyisigqila ezweni laseGibithe; ngalokho ngiyakuyala ukwenza le nto.


“Uma amasela efika kuwe, nabaphangi ebusuku yeka ukuchithwa kwakho bebengayikweba baze baneliswe na? Uma abavuna izithelo zomvini befika kuwe, bebengayikushiya umkhothozo na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite