Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 24:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Uma engumuntu ompofu, ungalali nalokhu okuyisibambiso sakhe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Uma engumuntu ompofu, ungalali nalokho okuyisibambiso sakhe,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uma lowo muntu empofu, akumelwe ulale nesibambiso sakhe.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 24:12
8 Referans Kwoze  

“Awuyikuphendukezela ukwahlulelwa komfokazi noma okwentandane, ungathathi ingubo yomfelokazi ibe yisibambiso,


Intandane ihlwithwa ebeleni, nengane yompofu ithathwa ibe yisibambiso,


Bamukisa imbongolo yezintandane, nenkomo yomfelokazi bayayithatha ibe yisibambiso.


Ngokuba uthathe ngeze izibambiso kumfowenu, wahlubula abampofu izingubo zabo.


Uyakuma ngaphandle, umuntu omtshelekayo uyakukukhiphela isibambiso phandle.


kepha uyakukubuyisela nokukubuyisela kuye ukushona kwelanga ukuba alale ngengubo yakhe, akubusise; lokho kuyakuba kuwe ukulunga phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho.


Ebusuku balala nqunu bengenangubo, bengenanto yokuzisibekela emakhazeni.


bahambe nqunu bengenangubo, bethwele izithungu, belambile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite