Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 24:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “Nxa utsheleka umakhelwane wakho utho, awuyikungena endlini yakhe ukulanda isibambiso sakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 “Uma utsheleka umakhelwane wakho utho, awuyukungena endlini yakhe ukuyothatha utho lube yisibambiso sakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Lapho uboleka umfowenu okuthile, akumelwe ungene endlini yakhe uyothatha isibambiso sakhe.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 24:10
5 Referans Kwoze  

kepha umvulele nokumvulela isandla sakho, umtsheleke impela okwanele ukudinga kwakhe akuswelayo.


ngokuba iyisimbozo sakhe esisodwa, iyisambatho somzimba wakhe; uyakulala ngani na? Kuzakuthi nxa ekhala kimi, ngizakumuzwa, ngokuba nginomusa.


Uma uthatha ingubo yomakhelwane wakho, ibe yisibambiso, uyakuyibuyisela kuye lingakashoni ilanga;


Uyakuma ngaphandle, umuntu omtshelekayo uyakukukhiphela isibambiso phandle.


Ngokuba uthathe ngeze izibambiso kumfowenu, wahlubula abampofu izingubo zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite