Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 23:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Lapho usekamu* ukuba ulwe nezitha zakho, wozigcina kukho konke okubi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 “Uma uphuma enkanjini uyokulwa nezitha zakho, ubozigcina, ungakwenzi okubi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Lapho ibutho lihlasela izitha zakho, zigcine kukho konke okubi.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 23:9
11 Referans Kwoze  

Kodwa zigcineni nina kukho okuqalekisiweyo, funa lapho senikuqalekisile nithathe kukho okuqalekisiweyo, nilenze ikamu* libe ngeliqalekisiweyo, nilihluphe.


UJehoshafati wahlala eJerusalema, kepha wabuye waphuma, wahamba phakathi kwabantu, kusukela eBeri Sheba kuze kube sezintabeni, wababuyisela kuJehova uNkulunkulu wawoyise.


Base bekhuphuka bonke abantwana bakwa-Israyeli, abantu bonke, bafika eBethele, bakhala, bahlala khona phambi kukaJehova, bazila ukudla ngalolo suku kwaze kwahlwa; banikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula phambi kukaJehova.


Namabutho ambuza athi: “Thina-ke, sizakwenzani na?” Wathi kuwo: “Ningamuki muntu lutho ngendluzula, ningamxabheleli; yaneliswani yizinkokhelo zenu.”


Wenze njalo uHezekiya kwaJuda wonke; wenza okuhle nokulungile nokuthembekile phambi kukaJehova uNkulunkulu wakhe.


Abantwana besizukulwane sesithathu abazalwa yibo bayakungena ebandleni likaJehova.


Uma ekhona phakathi kwenu umuntu ongahlambulukile ngenxa yokumehleleyo ebusuku, uyakuphumela ngaphandle kwekamu, angangeni phakathi kwekamu,


Indodana yowezizwe ezihlanganise noJehova mayingasho ukuthi: “Impela uJehova uyakungahlukanisa nabantu bakhe,” nomthenwa angathi: “Bheka, ngingumuthi owomileyo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite