Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 23:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Umntwana wesihlahla akanakungena ebandleni likaJehova, yebo, ongowakhe akayikungena ebandleni likaJehova kuze kube nasesizukulwaneni seshumi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 “Umntwana wesihlahla akanakungena ebandleni likaSimakade, yebo, ngisho isizukulwane sakhe asiyukungena ebandleni likaSimakade kuze kube sesizukulwaneni seshumi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Makungangeni mfekethi ebandleni likaJehova; angangeni ebandleni likaJehova kuze kube isizukulwane seshumi.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 23:2
8 Referans Kwoze  

E-Ashidodi kuyakuhlala umntwana wesihlahla; ngiyakunquma ukuziphakamisa kwamaFilisti.


“Kepha sondelani nina madodana abahlola imihlola, inzalo yomphingi neyesifebe.


Kepha uma ningalaywa, abathe bonke benziwa abahlanganyeli kukho, khona-ke ningabesihlahla, anisiwo amadodana.


Nina nenza imisebenzi kayihlo.” Bathi kuye: “Thina asizalwanga ngokuphinga; sinobaba munye, uNkulunkulu.”


“Olimele emasendeni noma enqunyiwe umphambili akanakungena ebandleni likaJehova.


“Owakwa-Amoni nowakwaMowabi abanakungena ebandleni likaJehova, yebo, ongowabo akayikungena kuze kube nasesizukulwaneni seshumi ebandleni likaJehova kuze kube phakade,


noma onesifumbu, noma oyisichwe, noma onomlanga esweni lakhe, noma onesithembuzane, noma onomuna, noma oyisilima ngamasende;


Indodana yowezizwe ezihlanganise noJehova mayingasho ukuthi: “Impela uJehova uyakungahlukanisa nabantu bakhe,” nomthenwa angathi: “Bheka, ngingumuthi owomileyo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite