Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 23:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 “Olimele emasendeni noma enqunyiwe umphambili akanakungena ebandleni likaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 “Olimele emasendeni noma onqunywe umphambili akanakungena ebandleni likaSimakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Olinyazwe ngamatshe noma enqunyiwe isitho sakhe, makangangeni ebandleni likaJehova.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 23:1
11 Referans Kwoze  

Akakho umJuda nomGreki, akakho oboshiweyo nokhululekileyo, akakho owesilisa nowesifazane, ngokuba nina nonke nimunye kuKristu Jesu.


Isitha selulile isandla saso phezu kwakho konke okumnandi kwalo, ngokuba sibonile ukuthi abezizwe bangene endlini yalo engcwele, owabayala ukuthi abayikungena ebandleni lakho.


Abantwana besizukulwane sesithathu abazalwa yibo bayakungena ebandleni likaJehova.


Sengathi bangazihuna abaninyakazisayo.


“ ‘Ubunqunu bomkayihlo ungabambuli; kungubunqunu bukayihlo.


“ ‘Makaqalekiswe olala nomkayise, ngokuba wambulile umphetho wengubo kayise.’ “Bonke abantu bayakusho ukuthi: ‘Amen.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite