Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 22:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 kepha uvumele unina ukuba asuke, wena uzithathele amazinyane ukuba kube kuhle kuwe, uzandise izinsuku zakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kepha uyomyeka unina ukuba asuke, bese wena uthatha amaphuphu ukuze kube kuhle kuwe, zande izinsuku zakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa kumele uyekele unina ukuthi ahambe, uzithathele abancane; ukuze kukuhambele kahle, wandise izinsuku zakho.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 22:7
5 Referans Kwoze  

Wogcina izimiso zakhe nemiyalo yakhe engikuyala ngakho namuhla ukuba kube kuhle kuwe, nakubantwana bakho emva kwakho, wandise izinsuku zakho ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona kuze kube phakade.”


Umvuzo wokuthobeka kokumesaba uJehova uyingcebo, nodumo, nokuphila.


Noma kuyinkomazi noma imvukazi, aniyikuyihlaba kanye nomntwana wayo ngalusuku lunye.


Niyakuhamba njalo endleleni uJehova uNkulunkulu wenu aniyale ngayo, ukuze niphile, kube kuhle kini, nandise izinsuku zenu ezweni eniyakulidla.


“Nxa wakha indlu entsha, uyakwenza uthango ophahleni lwakho ukuba ungayehliseli indlu yakho igazi, uma umuntu ewa khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite