Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 22:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Owesifazane makangagqoki okwendoda, nendoda mayingembathi ingubo yowesifazane, ngokuba yilowo nalowo okwenza lokho uyisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 “Owesifazane akanakugqoka izinto zabesilisa, nowesilisa makangayigqoki ingubo yowesifazane, ngokuba yilowo nalowo owenza lokho uyisinengiso kuSimakade uNkulunkulu wakho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Owesifazane angagqoki okwendoda, nendoda ayiyigqoki ingubo yowesifazane; ngokuba bonke abenza lokhu bayisinengiso kuJehova uNkulunkulu wakho.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 22:5
4 Referans Kwoze  

Ngokuba yilowo nalowo ozenza lezi zinto uyisinengiso kuJehova; ngenxa yalezi zinengiso uJehova uNkulunkulu wakho uyabaxosha phambi kwakho.


“Awuyikubona imbongolo yomfowenu noma inkabi yakhe iwile endleleni, ucashe kuzo; womsiza nokumsiza ukuzivusa.


“Uma uhlangana nesidleke senyoni endleleni phambi kwakho emthini noma siphansi, sinamazinyane noma sinamaqanda, unina efukamele amazinyane noma amaqanda, ungathathi unina kanye namazinyane,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite