Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 22:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 indoda ebilala nayo iyakunika uyise wentombi amashekeli* angamashumi ayisihlanu esiliva, ibe ngumkayo, ngokuba iyonile; ingeyilahle zonke izinsuku zayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 indoda ebilale nentombi iyonika uyise wentombi amashekeli esiliva angama-50, bese iba ngumkayo, ngokuba iyonile. Ayiyukuyilahla, zonke izinsuku zokuphila kwayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Khona-ke indoda elale nayo kumelwe inike uyise wentombazane amashekeli angamashumi amahlanu esiliva, futhi kumelwe ibe umkakhe; ngokuba emlulazile, angeze amlahla zonke izinsuku zakhe.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 22:29
7 Referans Kwoze  

niyakubakhiphela bobabili ngasesangweni lalowo muzi, nibakhande ngamatshe baze bafe, intombi, ngokuba ayikhalanga ingani isemzini, nendoda, ngokuba imonile umkamakhelwane wakhe; kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho.


amhlawulise ngamashekeli* esiliva ayikhulu, amnike wona uyise wentombi, ngokuba uveze igama elibi phezu kwentombi yakwa-Israyeli, yona ibe ngumkakhe; angeyilahle zonke izinsuku zakhe.


Kepha uma ungathokozi ngaye, womyeka ukuba ahambe, aye lapho ethanda khona; kodwa awuyikuthengisa ngaye neze ngemali, ungamphathi njengesigqila, ngokuba usumonile.


“Uma umuntu eyenga intombi engesiyo ingoduso, alale nayo, uyakuyilobola ibe ngumkakhe.


“Uma indoda ifumana intombi engesiyo ingoduso, iyibambe, ilale nayo, baficwe,


“Umuntu angathathi umkayise, ambule umphetho wengubo yakhe.


Uma umniniyo enayo, akayikuyikhokha; uma yayiqashiwe, imali yokuqasha makayikhokhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite