Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 22:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 ngokuba wayifumana isendle; noma intombi eyingoduso yakhala, akwabakho muntu wokuyisindisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 ngoba indoda iyifumane endle; noma intombi eyingoduso ikhalile, kodwa bekungekho muntu obengayihlenga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Ngoba wamfica egangeni, intombazana eyayithenjisiwe yakhala, kodwa kwakungekho owayeyisindisa.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 22:27
4 Referans Kwoze  

lubekezelela izinto zonke, lukholwa yizinto zonke, luthemba izinto zonke, lukhuthazelela izinto zonke.


Ukuzalwa kukaJesu Kristu kwaba nje: unina uMariya esemiselwe uJosefa, bengakahlangani wafunyanwa ekhulelwe ngoMoya oNgcwele.


ungenzi lutho kuyo intombi, ngokuba asikho entombini isono esifanele ukufa, lokhu le ndaba injengokuba umuntu evukela umakhelwane wakhe, ambulale,


“Uma indoda ifumana intombi engesiyo ingoduso, iyibambe, ilale nayo, baficwe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite