Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 22:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 “Kepha-ke uma le nto iqinisile yokuthi iziqiniselo zobuntombi azifunyaniswanga entombini,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 “Nokho uma lokho kuyiqiniso, bungatholakalanga ubufakazi bokuthi ibiseyintombi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kodwa uma le nto iyiqiniso futhi izimpawu zobuntombi zingatholakali entombazaneni:

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 22:20
4 Referans Kwoze  

Kepha uJosefa indoda yakhe engumuntu olungileyo, engathandi ukumthela ihlazo, wayefuna ukumlahla ngasese.


Amadodana kaJakobe abuya endle esezwile lokho; abantu badabuka, bathukuthela kakhulu, ngokuba ubenze ubuwula kwa-Israyeli ngokulala nendodakazi kaJakobe, okungenakwenziwa.


besewubikelwa khona, ukuzwe, wokubuzisisa; bheka, uma kuqinisile, leyo nto iqinisekile yokuthi isinengiso esinjalo senziwe kwa-Israyeli,


amhlawulise ngamashekeli* esiliva ayikhulu, amnike wona uyise wentombi, ngokuba uveze igama elibi phezu kwentombi yakwa-Israyeli, yona ibe ngumkakhe; angeyilahle zonke izinsuku zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite