Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 22:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Uma umfowenu engeseduze nawe noma ungamazi, woziyisa endlini yakho zibe nawe, aze azifune umfowenu, uzibuyisele kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Uma umfowenu engekho eduze nawe futhi ungamazi, uyoziyisa endlini yakho zibe kuwe, aze umfowenu azifune kuwe, bese uzibuyisela kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Uma umfowenu engekho eduze nawe, noma uma ungamazi, kumelwe uyilethe endlini yakho, ibe nawe aze ayifune umfowenu, futhi kumelwe uyibuyisele kuye.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 22:2
4 Referans Kwoze  

ukuba kungabikho noyedwa omonayo, aphambe umfowabo ngento, ngokuba iNkosi ingumphindiseli kukho konke lokho, njengokuba sanitshela phambili, saqinisa.


Ngakho-ke konke nokungakanani enifuna ukuba abantu bakwenze kini, kwenzeni nani kanjalo kubo; ngokuba lokhu kungumthetho nabaprofethi.


“Awuyikubona inkabi yomfowenu noma imvu yakhe iduka, ucashe kuzo; wozibuyisela nokuzibuyisela kumfowenu.


Uyakwenza kanjalo nangembongolo yakhe, wenze njalo nangezingubo zakhe, wenze njalo ngazo zonke izinto ezilahlekileyo zomfowenu alahlekelwa yizo, wazithola, uze ungacashi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite