Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 20:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “Nxa usondela emzini ukulwa nawo, mawumemezele ukuthula kuwo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 “Kuyothi lapho ususondele emzini oyolwa nawo, umemezele ukuthula kuwo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Nxa nisondela emzini ukulwa nawo, shumayelani ukuthula kuwo;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 20:10
13 Referans Kwoze  

Weza washumayela ivangeli lokuthula kinina enanikude, yebo, ukuthula nakubo abaseduze.


Kepha konke kuvela kuNkulunkulu owenza ukuba sibuyisane naye ngoKristu, wasinika inkonzo yokubuyisana,


Walithumela izwi kubantwana bakwa-Israyeli, eshumayela ivangeli lokuthula ngaye uJesu Kristu; yena uyiNkosi yabo bonke.


Ngiyakunquma inqola kwa-Efrayimi nehhashi eJerusalema, nomnsalo wokulwa uyakunqunywa; iyakukhuluma ukuthula kwabezizwe, nokubusa kwayo kuyakusukela elwandle kuze kufike elwandle, kusukela eMfuleni* kuze kufike emajukujukwini omhlaba.


ngidala izithelo zezindebe zomlomo ngokuthi: Ukuthula, ukuthula kuye okude nakuye oseduze,” usho uJehova; “ngiyakumphilisa.”


Kuyakuthi lapho izinduna seziqedile ukukhuluma, zikhethe izinduna zamabandla eziyakubahola abantu.


Kuyakuthi uma ukuphendula ngezwi lokuthula, uzivulele kuwe, abantu bonke abafunyaniswa phakathi kwawo baba yizinceku zempoqo, bakukhonze.


Yonke inhlangano yathuma yakhuluma kubantwana bakwaBenjamini ababesedwaleni lakwaRimoni, yamemezela ukuthula kubo.


“Ngase ngithuma izithunywa kuSihoni inkosi yaseHeshiboni, zisuka ehlane laseKedemoti, zinamazwi okuthula, ngokuthi:


UJefta wathuma izithunywa enkosini yabantwana bakwa-Amoni, wathi: “Unamsebenzi muni nami ukuba uze kimi ukulwa nezwe lakithi na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite