Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 2:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 ‘Mangidabule izwe lakho; ngiyakuhamba ngomgwaqo, ngingajiki ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 ‘Ngicela ukudabula ezweni lakho, ngizohamba ngomgwaqo, angizukujikela kwesokunene noma ngakwesokhohlo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Ngivumele ngidabule izwe lakho; Ngizohamba ngomgwaqo omkhulu, angiyikujika kwesokudla noma kwesokunxele.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 2:27
5 Referans Kwoze  

“U-Israyeli wayesethuma izithunywa kuSihoni inkosi yama-Amori, inkosi yaseHeshiboni; u-Israyeli wathi kuye: ‘Ake sidabule izwe lakho, siye endaweni yethu.’


Niyakuthenga kubo ukudla ngemali ukuba nidle, nithenge kubo futhi amanzi ngemali ukuba niphuze.” ’


“Ngase ngithuma izithunywa kuSihoni inkosi yaseHeshiboni, zisuka ehlane laseKedemoti, zinamazwi okuthula, ngokuthi:


Uyakuthengisa kimi ukudla ngemali ukuba ngidle, ningiphe amanzi ngemali ukuba ngiphuze; mangidabule kuphela ngezinyawo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite