Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 2:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 “Ngase ngithuma izithunywa kuSihoni inkosi yaseHeshiboni, zisuka ehlane laseKedemoti, zinamazwi okuthula, ngokuthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 “Ngabe sengithumela izithunywa kuSihoni inkosi yaseHeshibhoni, zisuka ehlane iKedemothi, ziphethe amazwi okuthula, athi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Ngathuma izithunywa zisehlane laseKedemoti kuSihoni inkosi yaseHeshiboni ngamazwi okuthula, ngathi:

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 2:26
11 Referans Kwoze  

neJahasi, neKedemoti, neMefahati,


neKedemoti namadlelo alo, neMefahati namadlelo alo, imizi mine.


Wathuma izincwadi kubo bonke abaJuda ezifundeni eziyikhulu namashumi amabili nesikhombisa zombuso ka-Ahashiveroshi, zinamazwi okuthula neqiniso,


U-Israyeli wathuma izithunywa kuSihoni inkosi yama-Amori, wathi:


esenqobile uSihoni inkosi yama-Amori, owahlala eHeshiboni, no-Ogi inkosi yaseBashani, owahlala e-Ashitaroti ngase-Edireyi.


‘Mangidabule izwe lakho; ngiyakuhamba ngomgwaqo, ngingajiki ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo.


“U-Israyeli wayesethuma izithunywa kuSihoni inkosi yama-Amori, inkosi yaseHeshiboni; u-Israyeli wathi kuye: ‘Ake sidabule izwe lakho, siye endaweni yethu.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite