Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 19:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Abaseleyo bayakuzwa, besabe, bangabe besabenza ububi obunjalo phakathi kwakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Abaseleyo bayozwa, besabe, bangabe besabenza ububi obunjalo phakathi kwenu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Abaseleyo bayakuzwa, besabe, bangabe besenza ububi obunjalo phakathi kwenu.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 19:20
8 Referans Kwoze  

Onke amadoda omuzi wakubo ayakumkhanda ngamatshe aze afe; kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho, wonke u-Israyeli ezwe, esabe.


Bonke abantu bayakuzwa, besabe, bangabe besenza ngokuziqhenya.


U-Israyeli wonke uyakuzwa, esabe, angabe esabenza ububi obunjalo njengalobo obuphakathi kwakho.


Abonayo ubasole phambi kwabo bonke, ukuze nabanye besabe.


Lapho isideleli sihlawuliswa, ongenalwazi uyahlakanipha, nalapho ohlakaniphileyo efundiswa, uyathola ukwazi.


Isandla sawofakazi siyakuba ngesokuqala kuye ukumbulala, ngasemuva izandla zabantu bonke. Kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho.


“Uma uyakuzwa ngomunye wemizi yakho uJehova uNkulunkulu wakho akupha wona ukuba wakhe kuwo, kuthiwa:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite