Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 19:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 abahluleli baphenyisise; bheka, uma ufakazi engufakazi wamanga ofakazile amanga ngomfowabo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Abehluleli bayophenyisisa; bheka, uma ufakazi engufakazi mbumbulu obefakaza amanga ngomuntu wezwe lakubo,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Futhi abahluleli kufanele babuze ngokucophelela; bheka, uma ufakazi engufakazi wamanga, efakaze amanga ngomfowabo;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 19:18
7 Referans Kwoze  

besewubikelwa khona, ukuzwe, wokubuzisisa; bheka, uma kuqinisile, leyo nto iqinisekile yokuthi isinengiso esinjalo senziwe kwa-Israyeli,


wobuza, uphenye, ubuzisise; bheka, uma kuyiqiniso, leyo nto iqinisekile ukuthi isinengiso esinjalo senziwe phakathi kwakho,


Ngibiza inceku yami, kayingiphenduli; ngiyayinxusa ngomlomo wami.


“Uma kukhona ukuxabana phakathi kwabantu, baye ukwahlulelwa, kuthethwe icala labo, bayakuyekela olungileyo, balahle onecala,


Unganginikeli entandweni yezitha zami; ngokuba ofakazi bamanga bangivukele kanye nabafutha ukudlozomela.


Inkosi yayaleza, alethwa lawo madoda ayemangalele uDaniyeli, aphonswa emphandwini wezingonyama, wona nabantwana bawo, nawomkawo; izingonyama zatheleka phezu kwabo, zachoboza amathambo abo, bengakafinyeleli phansi emphandwini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite