Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 19:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 amalunga alowo muzi ayakuthuma amlande lapho, amnikele esandleni somphindiseli wegazi ukuba afe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 amalunga akulowo muzi ayothumela, alandwe lapho, amnikele esandleni somphindiseli wegazi ukuba abulawe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Amalunga omuzi wakubo kumelwe athumele amthathe lapho amnikele esandleni somphindiseli wegazi ukuba afe.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 19:12
8 Referans Kwoze  

Uma umuntu esukela umakhelwane wakhe, ambulale ngobuqili, womsusa nase-altare lami ukuba afe.


“Kepha uma umuntu emzonda umakhelwane wakhe, emqamekela, amvukele, amshaye aze afe, abalekele komunye wale mizi,


Iso lakho aliyikumhawukela, kepha wolikhipha igazi elingenacala kwa-Israyeli ukuba kube kuhle kuwe.


Bheka, umndeni wonke usuvukele incekukazi yakho; bathi: ‘Sinike yena owashaya umfowabo ukuba simbulale ngenxa yomphefumulo womfowabo, sichithe indlalifa.’ Bayakucima kanjalo ilahle lami eliseleyo, bangabe besashiyela indoda yami igama nensali ebusweni bomhlaba.”


Kodwa elenu igazi okukulo umphefumulo wenu ngiyakulibiza; kuzo zonke izilwane ngiyakulibiza; nakubo bonke abantu ngiyakubiza umphefumulo wabo, owomunye esandleni somunye.


“ ‘Makaqalekiswe obulala umakhelwane wakhe ngasese.’ “Bonke abantu bayakusho ukuthi: ‘Amen.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite