UDuteronomi 17:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE11 njengezwi lomthetho abayakukufundisa lona nanjengesahlulelo abayakukutshela sona uyakwenza, ungachezukeli ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo ekwahluleleni kwabo. Gade chapit laIsiZulu 202011 Wenze njengezwi lomthetho abayakukufundisa lona, nanjengesehlulelo abayakukutshela sona. Ungachezukeli ngakwesokunene noma ngakwesokhohlo ekwehluleleni kwabo. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202411 Njengomthetho abayakunifundisa wona, nanjengesahlulelo abayakukutshela sona, nikwenze; Gade chapit la |
Yathi-ke inkosi: “Isandla sikaJowabe sinawe yini kukho konke lokhu na?” Owesifazane waphendula wathi: “Kuphila kwakho, nkosi yami, nkosi, akukho muntu ongaphendukela ngakwesokunene nangakwesokhohlo kukho konke okukhulunywe yinkosi yami, inkosi, ngokuba inceku yakho uJowabe yangiyaleza, yafunza onke lawo mazwi emlonyeni wencekukazi yakho;