Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 15:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kowezizwe ungakubiza, kepha noma yikuphi okwakho okukumfowenu, lokho isandla sakho siyakukuyekela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ningakubiza kowezizwe, kodwa noma yini eyakho ekulowo wezwe lakini, uyakuyiyekelela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kumuntu ongamazi ungaphinda uyifune;

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 15:3
8 Referans Kwoze  

Umfokazi ungamtsheleka ngenzalo, kepha umfowenu awuyikumtsheleka ngenzalo ukuba uJehova uNkulunkulu wakho akubusise kukho konke obeka isandla sakho kukho ezweni ongena kulo ukulidla.


Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.


Isigqila kambe asihlali phakade endlini; kepha indodana ihlala phakade.


“Uma utsheleka ompofu wabantu bami okuwe imali, awuyikumphatha njengabatshelekisi; ningabizi nzalo kuye.


Nansi indlela yoyekelo: Yilowo nalowo otshelekileyo uyakuyekela lokho akutshelekile umakhelwane wakhe; akayikukubiza kumakhelwane wakhe nakumfowabo, ngokuba uyekelo lukaJehova lumenyezelwe.


“Nxa wenza isithembiso kuJehova uNkulunkulu wakho, ungalibali ukusigcwalisa, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyakusibiza nokusibiza kuwe, kube yisono kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite