Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UDuteronomi 15:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Nxa umyekela ukuba ahambe, awuyikummukisa ze.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Uyakumyekela ukuba ahambe kodwa awuyukumhambisa elambatha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Uma ummukisa kuwe ekhululekile, akumelwe umyeke ahambe elambatha.

Gade chapit la Kopi




UDuteronomi 15:13
9 Referans Kwoze  

“Ngiyakusondela kini ukwahlulela, ngibe ngufakazi osheshayo ngabalumbi, nangeziphingi, nangabafunga amanga, nangabacindezela abaqashwa ngenkokhelo yabo, nabafelokazi, nezintandane, nabachezukisa abafokazi, bengangesabi mina,” usho uJehova Sebawoti.


“Wo koyakha indlu yakhe ngokungalungi, namakamelo akhe ngokungafanele, osebenzisa umakhelwane wakhe engamholeli, angamniki lutho ngomsebenzi wakhe,


Makhosi, zenzeleni izinceku zenu okulungileyo nokufaneleyo; nazi ukuthi nani nineNkosi ezulwini.


“Ngiyakunika lesi sizwe umusa emehlweni abaseGibithe, kuze kuthi lapho nisuka, aniyikuhamba ningaphethe lutho,


Uma ebengenami uNkulunkulu kababa, uNkulunkulu ka-Abrahama, ukwesaba kuka-Isaka, ngempela ubuyakungimukisa ze. UNkulunkulu ubone ukuhlupheka kwami nokukhathala kwezandla zami, wakusola ubusuku obudlule.”


“Uma umfowenu, umHeberu noma umHeberukazi, ethengiswa kuwe, akukhonze iminyaka eyisithupha, ngomnyaka wesikhombisa uyakumyekela ukuba ahambe.


Uyakumthwesa nokumthwesa ngezimvu zakho, nangokwesibuya sakho, nangokwesikhamo sakho sewayini; njengalokho uJehova uNkulunkulu wakho ekubusisile, kanjalo womnika yena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite